Quick Links

▼

Izindaba Ezimnandi Kwabase Ningizimu Afrika: Indlela Esihola Ngayo Ngama Dola aseMelika Sisekhaya, Ngemisebenzi Ekude. Ithimba Lethu Likubhekelela Nsuku Zonke.

Wamukelekile ku-PrayerAnswered.online, i-website yethu enosizo, lokuzithuthukisa. 

I-laptop ebonisa imisebenzi ekude yaseMelika ehola kakhulu ekhasini le-Self Development le-PrayerAnswered.online - imisebenzi ehlola ukuhlola, ukubhala amakhodi, ukurekhoda ividiyo ehola u-$20 kuya ku-$150 ngehora.
Self Development on PrayerAnswered.online - Grow Skills, Heal Hearts, Share Joy. Our team checks real US remote jobs


Izindaba ezimnandi zempumelelo yakho nokuthi, sikutholele umsebenzi wangempela ozowenza usekhaya futhi uhole ngama Dola aseMelika. Ekugcineni sesukutholele izinkampani zangoqobo ezamukela abase Ningizimu Afrika. Namuhla, sifuna ukuqala sikwabele ngalezi zindaba zemisebenzi emiinhle kangaka.

Lezindaba ezinhle zisekhasini lethu le-Self Development ku-PrayerAnswered.online, lapho sengezelele khona izikwele ezingu-2 ezintsha, ngaphezulu, ukuze kubelula ukuyithola lemisebenzi.

Sizoyibuyekeza njalo, ngokufaka imisebenzi emisha, nsuku zonke. Qiniseka ukuthi uyakukhuthalela ukuyivakashela njalo le webhusayithi.

Isikwele ngasinye sinenkinobho ekuyisa encazelweni ye-bhulogi phosti yedijithali, ebizwa ngokuthi "US, okusho i-United States okuyizwe lase Melika, REMOTE JOBS THIS WEEK okungukuthi iMisebenza oyisebenzela noma ukuphi." Ngaphakathi kwesikwele sokuqala, uzothola imisebenzi ewu-3 kuya kwengu-4 esiyihlolele wena. Kungaba ngeyesixhumanisi sevidiyo namathiphu ku YuThubhu noma ngayo iBhulogi.


OKUBALULEKILE EMNDENINI WETHU OMUSHA: 
Kule bhulogi nakuwo wonke amanye, noma kuphi lapho ubona umbhalo oluhlaza okwesibhakabhaka, sicela uwuciphize. Umbhalo oluhlaza usho ukuthi yisixhumanisi esizokukhipha kule blog post. Siyakukhuthaza ukuba uqale ngokufunda iBhulogi phosti yonke kuqala, ngaphambi kokuba uqale ukuzivakashela lezo zixhumanisi, zamagama aluhlaza okwesibhakabhaka.


Nasi Isizathu Esiyimbangela Yomndeni Wethu Ukuthanda Le misebenzi:

1. Uphumelela Ngamathuluzi Onayo Kakade:
Izindaba ezimnandi ukuthi, imisebenzi eminingi manje idinga kuphela amakhono akho ayisisekelo nesiNgisi. Ungakhuluma, uthayiphe, futhi wabelane ngemibono yakho usekhaya. Awudingi nemiyezane kweminye yayo. Lemisebenzi uzoyithola iphawulwe ngokucacile.

2. Sikukhethela Umsebenzi Ofanele Okude.
Eminye imisebenzi isebenzisa ikhamera encane yesifuba ebizwa nge-Insta360. Lokho kuhle kubantu abanaleyo khamera, bona bangahola kakhudlwana. Uma unaleyo khamera. Leyomisebenzi yaleyo khamera inophawu oluthi "FOR INSTA360 OWNERS - HIGH PAY. EKHOKHELA KAKHULU."
Uma ungenayo ikhamera, sikumakele eminye eminingi imisebenzi, ngokwesidingo sethuluzi onalo. Ngakho ungakhetha lokho okukulethela impumelelo. Awubi nako ukudideka ngoba sikucacisela konke.

3. Akukho Mali Yokuqala.
Imisebenzi esabelana ngayo kwi-website yethu imahhala ukuyifakela isicelo, noma ukuyibhalisela. Okwakho nje  ukusebenzisa ithuluzi lakho, isikhathi sakho kanye nedatha lakho le-internet. Sikuhlolelile ukuthi akukho ukukhokhayo nokudingekayo ukuze ufake isicelo.

4. INingizimu Afrika Yamukelekile.
Siyakujabulela ukuthi izinkampani esabelana ngazo manje zikuthokozela ukusebenzisana ne Ningizimu Afrika ohlwini lwazo.

5. Hola NgamaRandi aseMelika.
Lena ingxenye engcono kakhulu. Umholo ongena ngama Dola ase Melika $20, $40, $60 ngehora. Uma uyibala nje namuhla zingu 21 ku October ka 2026, ungawuphindaphinda ka16 bese uhola isamba esingu $40 x 16 = R640/nge-hora. Leyo yimali enhle yemindeni yethu. Usebenza usekhaya, futhi uhola ngama Dola ase Melika owashintshela ema Randini.

Lesi ngesinye sezizathu zokuthi kungani kumele uvakashela le website enosizo nsuku zonke. 
Yebo, njengamanje siyithimba elingalikhulu kakhulu, kepha sizimisele ukwakha okungcono kakhulu kweSizwe saseMzansi futhi sivuka ekuseni kakhulu nsuku zonke ukuze sikufakele imisebenzi. 
Sihlola imisebenzi emisha evulekele iNingizimu Afrika. Uma siyithola, siyifaka ngokushesha kwi-Bhulogi Phosti, naku-YuThubhu Shaneli nasekhasini le - Self Development kuyo i-webhusayithi.

Imisebenzi eminingi ivulekele abantu abangu-50 kuphela futhi ivala emahoreni angu-24. 
Yingakho amalungu ethu evakasha njalo ukuzohlola ikhasi le-Self Development, zikhathi zonke, imizuzu embalwa nje ngosuku, ukubona izindaba ezinhle nezintsha ku-inthanethi.


Ungayiqala kanjani impumelelo yakho nathi namuhla:

Iya ekhasini lethu le-Self Development. Phezulu, uzobona isikwele sokuqala ngakwesobunxele kanye nesesibili ngakwesokudla, ezingeni elifanayo eliphezulu. Kubhalwe ukuthi "Read Blog Post on Remote Jobs Today" kanti enye ithi "US REMOTE JOBS THIS WEEK." Khetha umsebenzi ohambisana nethuluzi lakho. Khumbula, noma kuphi lapho ubona umbhalo oluhlaza, sicela uwuciphize,  kodwa khumbula ukuqeda ukufunda le bhulogi kuqala. Bese uyaciphiza izixhumanisi ezibhalwe ngokuluhlazana. Kuzothatha imizuzu eyi-10 kuya kweyi-18 ukuqeda ukubhalisa.

Sibone abantu abaningi baseNingizimu Afrika bethola inzuzo yabo yokuqala yama Dola ase Melika, ngayo lemisebenzi ehlukene ngalendlela. Siyakholwa nawe ungakwenza, ngokuzimisela.
Silapha ukukusiza uphumelele. Sivumele sikusize ufunde futhi uzuze ngokusebenza unomakephi.
 
Masizuze ndawonye. Uma uzimisele ngokuthola okungcono zimisele kakhulu kulokhu kuphila. Siyethemba sizokubona nsuku zonke ekhasini le-Self Development. Uzothola zikulindile izindaba ezimnandi nezintsha kuyo le website enosizo olukhulu lwentuthuko yakho.

Sikwenza ngothando nokukulekelela kwimpumelelo yakho,

Ibhalwe yithimba le-PrayerAnswered.online

Yigcine le website enosizo, kuwo wonke amathuluzi akho, njengaso cingweni, ku ayiphedi nakuyo i-Khompuyutha yakho. 
Bese ubuya njalo ukuthola amathuba amasha empumelelo yakho. 
Ungaphinda futhi ubheke nesikhathi, usuku kanye nelanga ngokwekhalenda, ewashini okulula ukulifunda, elisemphethweni wale webhusayithi.

Ciphiza ufunde yona le Bhulogi Phosti ngesi-Ngisi

No comments:

Post a Comment

Thank you for sharing your thoughts. Please keep comments respectful and on topic.